Ukugcina Enkumbulweni

Imininingwane yenqubomgomo

SHINTSHA ILOGI
Ukuqonda Inqubomgomo
Lapho umuntu eshona, abangane nabomndeni bangafaka isicelo sokuthi ama-akhawunti akhe agcinwe enkumbulweni. Uma sesiyikhumbula, igama elithi "Isenkumbulweni" livela ngenhla kwegama lephrofayela yomuntu ngakho i-akhawunti manje isiyisayithi yesikhumbuzo. Ukufaka kwinkumbulo ama-akhawunti kusiza ukwenza indawo yokukhumbula abathandekayo futhi kuvikela ekuzameni ukungena nasesenzweni sokukhwabanisa. Ukuze sihloniphe ukukhetha omunye umuntu akwenza ngesikhathi esaphila, sihlose ukulondoloza i-akhawunti yakhe ngaphandle kokwenza ushintsho ngemva kokuba eshonile.
Ku-Facebook, sikwenze kwaba nokwenzeka ukuthi abantu bahlonze umphathi we-akhawunti yoshonile ozonakekela i-akhawunti yabo lapho sebeshonile. Ukuze sisekele oshonile, kwezinye izimo, singase sisuse noma sishintshe okuqukethwe okuthile lapho umphathi we-akhawunti yoshonile noma amalungu omndeni ecela.
Izicelo zokugcina enkumbulweni ama-akhawunti e-Facebook noma e-Instagram abasebenzisi asebeshonile zingenziwa ngemininingwane edingekayo ngabalandelayo:
  • Abangane abaku-Facebook
  • Abalandeli be-Instagram
  • Amalungu omndeni anamadokhumenti afanele
Mayelana nezisulu zokubulawa nokuzibulala sizokususa okuqukethwe okulandelayo ku-Facebook naku-Instagram uma kubonakala esithombeni sephrofayela somuntu oshonile, esithombeni sekhava, noma kokuthunyelwe kwamuva ohleni lwezenzakalo lapho kucelwa yilungu lomndeni woshonile: Singase futhi sikhiphe lokhu okuqukethwe ku-Facebook lapho kucelwa umphathi we-akhawunti yoshonile ku-Facebook:
  • Okuqukethwe okuhlobene nokufa koshonile
  • Ukudumisa noma ukusekela ukufa, isifo, noma ukulimaza koshonile
  • Ukuboniswa okubukwayo kwento esetshenziswa ekufeni koshonile.
  • Izithombe zombulali otholakale enecala noma okuthiwa unecala woshonile.
  • Ukuqomisana noma ubungane bombulali woshonile otholakale enecala noma okuthiwa unecala.
Ezimisweni Zomphakathi ezilandelayo, sidinga ulwazi olwengeziwe kanye/noma umongo ukuze senze ushintsho olulandelayo lapho kucelwa ummeleli ogunyaziwe woshonile futhi ku-Facebook kuphela, ngumphathi we-akhawunti yoshonile.
  • Ukususa ukuphawula okwephulayo kwiphrofayela ekwinkumbulo, ngokuvamile okungadinga ukuba umuntu azibike yena ukuze sazi ukuthi akufuneki.
  • Ukushintsha amasethingi obumfihlo omuntu oshonile asuke emphakathini aye kubangane kuphela lapho kunokuqukethwe okulimazayo kwiphrofayela
  • Ukushintsha igama kwiphrofayela uma lephula Izimiso zethu Zomphakathi, ngokuvumelana nenqubomgomo yethu Yegama Langempela.
  • Ukufaka abangane noma abalandeli kwiphrofayela uma babesusiswe ngemva kokushona kwalowo muntu
Okutholwa abasebenzisi
Bona izibonelo ezithile zendlela ukuphoqelela okubukeka ngayo kubantu abaku-Facebook, njengokulandelayo: indlela okubukeka ngayo ukubika okuthile ocabanga ukuthi akufanele kube ku-Facebook, ukutshelwa ukuthi wephule Izimiso zethu Zomphakathi kanye nokubona isikrini sesexwayiso kokuqukethwe okuthile.
Qaphela: Sihlale njalo senza intuthuko, ngakho lokho okubonayo lapha kungase kube okuphelelwe isikhathi kancane uma kuqhathaniswa nalokho esikusebenzisayo njengamanje.
OKUTHOLWA ABASEBENZISI
Ukubika
OKUTHOLWA ABASEBENZISI
Ukuxhumana kwangemva kokubika
OKUTHOLWA ABASEBENZISI
Umuzwa wokukhishwa
OKUTHOLWA ABASEBENZISI
Izikrini zesexwayiso
Ukuphoqelela
Sinezinqubomgomo ezifanayo emhlabeni jikelele, zawo wonke umuntu ku-Facebook.
Amathimba okuhlola
Ithimba lethu lembulunga yonke labahloli abangaphezu kuka-15,000 lisebenza nsuku zonke ukugcina abantu bephephile ku-Facebook.
Ukuhlanganyela kwababambiqhaza
Izingcweti zangaphandle, izifundiswa, ama-NGO nabenzi bezinqubomgomo basiza ukwenza Izimiso Zomphakathi ze-Facebook.
Thola usizo ngokugcina enkumbulweni
Funda lokho ongakwenza uma ubona okuthile ku-Facebook okumelene neZimiso zethu Zomphakathi.
Vakashela Isikhungo sethu Sosizo