Ukuvikelwa Okwengeziwe Kwezingane

Imininingwane yenqubomgomo

SHINTSHA ILOGI
Siyahambisana nalokhu:
  • Izicelo zokususa i-akhawunti yengane engaphansi kweminyaka efanele.
  • Izicelo zikahulumeni zokususwa kwezithombe zokuhlukunyezwa kwezingane okungekona okocansi.
  • Izicelo zomnakekeli ongokomthetho zokususwa kokuhlaselwa okwenziwa ezinganeni ezingosaziwayo zingaqondile.
Ezimisweni Zomphakathi ezilandelayo, sidinga ulwazi olwengeziwe kanye/noma umongo ukuze siphoqelele:
Singase sisuse okuqukethwe okusungulwe ngenjongo yokuhlonza ingane evamile uma kungase kube nengozi ekuphepheni kwengane lapho kucelwa umsebenzisi, uhulumeni, abezomthetho noma ochwepheshe bangaphandle bezokuphepha kwezingane.
Okutholwa abasebenzisi
Bona izibonelo ezithile zendlela ukuphoqelela okubukeka ngayo kubantu abaku-Facebook, njengokulandelayo: indlela okubukeka ngayo ukubika okuthile ocabanga ukuthi akufanele kube ku-Facebook, ukutshelwa ukuthi wephule Izimiso zethu Zomphakathi kanye nokubona isikrini sesexwayiso kokuqukethwe okuthile.
Qaphela: Sihlale njalo senza intuthuko, ngakho lokho okubonayo lapha kungase kube okuphelelwe isikhathi kancane uma kuqhathaniswa nalokho esikusebenzisayo njengamanje.
OKUTHOLWA ABASEBENZISI
Ukubika
OKUTHOLWA ABASEBENZISI
Ukuxhumana kwangemva kokubika
OKUTHOLWA ABASEBENZISI
Umuzwa wokukhishwa
OKUTHOLWA ABASEBENZISI
Izikrini zesexwayiso
Ukuphoqelela
Sinezinqubomgomo ezifanayo emhlabeni jikelele, zawo wonke umuntu ku-Facebook.
Amathimba okuhlola
Ithimba lethu lembulunga yonke labahloli abangaphezu kuka-15,000 lisebenza nsuku zonke ukugcina abantu bephephile ku-Facebook.
Ukuhlanganyela kwababambiqhaza
Izingcweti zangaphandle, izifundiswa, ama-NGO nabenzi bezinqubomgomo basiza ukwenza Izimiso Zomphakathi ze-Facebook.
Thola usizo ngokuvikelwa okwengeziwe kwezingane
Funda lokho ongakwenza uma ubona okuthile ku-Facebook okumelene neZimiso zethu Zomphakathi.
Vakashela Isikhungo sethu Sosizo